letra de xola - nomfundo moh
[chorus]
xola sitha sami
xola mngani wami
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
[verse 1]
ndlela zam’ zimnyama, zimhlophe
washon umam elila ethi
“hey, hey uzoba yin’ umntanami?”
ngisabathe ng’yozama ng’yohlola
sitshekedul’ isangoma
sithi “hey, hey, umkhulu wakho akagezw-nga”
oy oyi, oy oyi
oy oyi, oy oyi
izono zabazali zowela kubantwana
nezabantwana ziyowela kwabanye
oy oyi, oy oyi oyi
oy oyi, oy oyi oyi
nginje, nginje, nginje, imphumela yabaphile ngaphambi kwami
[chorus]
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
[verse 2]
i don’t know
maybe god will open more doors
ngaze ngalingwa, ngalingwa
shwele ngiyalingwa
abantu kudala bangibukela phansi
okwento engena nani
ngiyophakanyiswa one day
ukhon’ umvuzo wababekezelayo
ukhon’ umqhele wamaqhaw’ anqobayo
ukhon’ umvuzo wababekezelayo
ukhon’ umqhele wamaqhaw’ anqobile
[chorus]
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
xola sitha sami (xola, xola)
xola mngani wami (xola, xola)
ungibona ang’nacala
la emhlabeni ng’zozama
nam’ ngenziwa yindlala
letras aleatórias
- letra de to anyone who shit on me, i will never forgive you - big baby gandhi
- letra de medley way - smib
- letra de funny how things change - benedict cork
- letra de me & u - pnb rock
- letra de monster in my closet - myrath
- letra de born to be wild (american idol performance) - adam lambert
- letra de répondeur - doko
- letra de 7. sapına kadar insan - saian
- letra de single method (feat. oh hey kiddo!) - kicksie
- letra de kutsal özlem (neredesin) - âşık mahzuni şerif