letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de indlela enhle - ncandweni christ ambassadors

Loading...

kuno maye
kuno maye
kuno maye
kuno maye, moyongcwele
kuno maye
kuno maye
kuno maye, maye waphakade
eeeh kuno maye
eeeh kuno maye
eeeh kuno maye
kuno maye, haa thank you jesus

bafowethu kukhon’indlela
enhle emehlweni womuntu, haleuya
kodwa isiphetho sayo
isiphetho sayo, singu maye
hhmm, thank you lord
bafowethu kukhon’indlela
enhl’emehlweni womuntu, nkosi yami
emehlweni womuntu
kodwa isiphetho, isiphetho, singu maye
thank you lord, thank you jesus

kuno maye, maye
eeh maye
kuno maye
kuno mayе, kuno maye
kuno maye, thank you jesus
balеka dadewethu, kuno maye
baleka nawe baba
kukhon’umaye ozayo
kuno maye
kuno maye, maye waphakade
sithi akukho ukujika
siphetho sendaba, ngulesi
mukel’ujesu manje
uphunyule kulolusizi
sithi akukho ukujika, akukho ukujika
siphetho sendaba, nansi
mukela mukel’ujesu
uphunyule kulolusizi
haleluya

yeyi kuyakhalwa lena
kuyalilwa lena
nkosi yami
kuno maye
maye, haleluya

ngithi abahlakaniphile abantu
bona bazindle ngesiphetho
babalekele lolusizi olungaka
sengathi abantu emhlabeni, eeeh moyongcwele
baleka ntombazane
baleka mntakababa
balekani la
haleluya

kuyakhalwa lena
kuyalilwa lena
kuyafiwa lena
kugedlw’amazinyo lena
baleka
kuno maye
kuno maye
bayakhala, bayalila
kuno maye bazalwane
kuno maye, kuno maye
hhmm, haleluya

izwi lesiphambano
lingubuwula kwababhubhayo
kodwa kithi thina, heee sisindisiwe
haleluya, thank you jesus
izwi lesiphambano, izwi lesiphambano
lingubuwula nkosi yami
kodwa kithi thina, esisindisiwe linamandla, haleluya

linamandla lona
linamandla, haleluya
lidabula imisedari, haleluya
thank you jesus
linamandla
linamandla, linamandla, haleluya
lidabula imisedari yaselebanoni, linamandla
haleluya
linamandla lona
linamandla kankulunkulu
linamandla, linamandla
linamandla kankulunkulu
linamandla
liyasindisa, liyaphilisa
liyasingamela, linamandla

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...