letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de alikho emhlabeni - ncandweni christ ambassadors

Loading...

maye alikho baba
alikho emhlabeni ikhaya lami cha
nginguye ohambayo ngizulazula la
ikhaya lami nanto lisezulwini le
alikho elinjengalo lodwa
alikho emhlabeni ikhaya lami cha
nginguye ohambayo ngizulazula la
ikhaya lami nanto lisezulwini le

alikho elinje ngalolodwa alikho elinje ngalo lodwa
alikho elinje ngalolodwa alikho elinje ngalo lodwa
alikho elinje ngalolodwa

awu sengicela nkosi
sengiyacela nkosi kuba ngiphiwe ke
lamandle ngiwading-yo kuba ngifike le
ngokuba izilingo zingihacile ke ngiyawhluleka uma ngingedwa
sengiyacela nkosi kuba ngiphiwe ke
lamandle ngiwading-yo kuba ngifike le
ngokuba izilingo zingihacile ke ngiyawhluleka uma ngingedwa

ngiyawuhluleka uma ngingedwa
ngiyawuhluleka uma ngingedwa
ngiyawuhluleka uma ngingedwa
ngiyawuhluleka uma ngingedwa
sekungaba ntonimanje?
sekungaba ntoni manje ezongibamba la?
ngifuna inhliziyo emhlophe ithe cwa
ngokuba kungengene ekhaya leliya
into engcolileyo yona yodwa
sekungaba ntoni manje ezongibamba la?
ngifuna inhliziyo emhlophe ithe cwa
ngokuba kungengene ekhaya leliya
into engcolileyo yona yodwa

into engcolileyo yona yodwa
into engcolileyo yona yodwa
into engcolileyo yona yodwa
into engcolileyo yona yodwa

ngiyawuhluleka uma ngingedwa
ngiyawuhluleka uma ngingedwa
ngiyawuhluleka uma ngingedwa

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...