
letra de ngiyabonga - naledi aphiwe
eyi-yeh, eyi-yeh
eyi-yeh, eyi-yeh
ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
ngoba abanye bayalifisa lelithuba
kodwa abalitholi, mm, mm
uma ngibuka emuva lapho eng’suka khona
baba ngiyabonga, baba ngiyabonga
ngokungenzele umusa ongandele bani
w-ngithatha ngisem’nyango w-ngibeka emsamu
okunye engikucelayo, ngicela amandla
amandla okubhekana nezinqinamba
ohambweni lwami olusha engilithathayo, oh, woh, woh
ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
ngoba abanye bayalifisa lelithuba
kodwa abalitholi, mm, mm
ngibonga uthando nethuba
engilithole kubantu bangeseka
banginika amandla okuqhubeka
eh, yeh, yeh, yeh, yeh, yeh
ngibonga inhlonipho engiyiphiwe umdali
w-ngenza ngathoba ngabazi abanye abantu
ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, oh, woh
ngob’ izandla, ngob’ izandla ziyagezana
ngob’ izandla, ngob’ izandla ziyagezana
ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
ngoba abanye bayalifisa lelithuba
kodwa abalitholi, mm, mm
ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
ngoba abanye bayalifisa lelithuba
kodwa abalitholi, mm, mm
letras aleatórias
- letra de asylum - jessica93
- letra de too hot to handle - carl douglas
- letra de one way - dramaboi
- letra de 63 days - atlas genius
- letra de tam, gdzie miesiąc opłakuje świt - wędrujący wiatr
- letra de nyalek | نيالك - jadal | جدل
- letra de pulso y sudor - nanpa básico
- letra de deep waters - sweetheart
- letra de so addicted - ulee
- letra de alive - kings kaleidoscope