letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de buyisela - maline aura

Loading...

[verse 1]
udlalile ngami
iminyak’ emngaka siphush’ int’engahambi
isikhathi esingaka ngihleli nawe ubukisa ngami
haw’ ngalufela ubala (nendod’ endala!)

[pre-chorus]
w-ng’shela, ngak’qoma, sajola
ngakuthanda, w-ngiphoxa, w-ngilahla
w-ng’shela, ngak’qoma, sajola
ngakuthanda, w-ngiphoxa, w-ngilahla
[chorus]
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no-no-no, nothando lwami
no-no-no
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no-no-no, nothando lwami, no

[verse 2]
uyindode’enjani?
dlalile ngemizwa yami, awukhathali?
baningi abafana nami vele ngiyazi
bek-mele ngilalele uma bengitshela
bеk-mele ngilalelе uma bengikhuza

[bridge]
ngakonaphi na?
yin le ngaka engakwenza yona?
ngakonaphi na?
yin le ngaka engakwenza yona?
ngakonaphi na?
yin le ngaka engakwenza yona?
haw’ ngalufela ubala!
[pre-chorus]
w-ng’shela, ngak’qoma, sajola (sajola)
ngakuthanda, w-ngiphoxa, w-ngilahla
w-ng’shela, ngak’qoma, sajola (sajola)
ngakuthanda, w-ngiphoxa, w-ngilahla

[chorus]
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no-no-no, nothando lwami
no-no-no
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no-no-no, nothando lwami, no
ngibuyisele
ngibuyisele uthando lwami
ngibuyisele
ngibuyisele ixesha lami nothando lwami
no-no-no, nothando lwami, no

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...