
letra de mafikizolo - ngeke balunge - mafikizolo
mafikizolo – ngeke balunge
[verse: theo kgosinkwe]
sebethi abazingeni masixabene
kodwa masithandana bangena shi
sebethi abazingeni masixabene
kodwa masithandana bangena shi
[pre-chorus: theo kgosinkwe & nhlanhla nciza]
ake basiqhelele, basinik’ umoya
ake basiqhelele, bayek’ umona
ake basixolele, basinik’ umoya
ayi abasixolele, bayek’ umona
[chorus: theo & nhlanhla]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
[verse: theo kgosinkwe]
bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo
bazofica mina nodali wami sizihlalele pho, nqo
bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo
bazofica mina nodali wami sizihlalele pho, nqo
[pre-chorus: theo & nhlanhla]
ake basiqhelele, basinik’ umoya
ake basiqhelele, bayek’ umona
ake basixolele, basinik’ umoya
ayi abasixolele, bayek’ umona
[chorus: theo & nhlanhla]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
[bridge: nhlanhla nciza]
abadede impela (abadede impela)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
abadede impela (abadede impela)
kufike thina (kufike thina)
abadede impela (abadede impela)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
abadede impela (abadede impela)
kufike thina (kufike thina)
aw weeh (weeh)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
aw weeh (weeh)
kufike thina (kufike thina)
aw weeh (weeh)
kufik’ izingwazi (kufik’ izingwazi)
aw weeh (weeh)
kufike thina (kufike thina)
[chorus: theo & nhlanhla]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
[chorus: theo & nhlanhla]
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
ngeke balunge
ngeke basiqede
ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala
letras aleatórias
- letra de down for you - majilla
- letra de hibernación - daniella saettone
- letra de talismã - leandro e leonardo
- letra de apokalipsa - dajwers
- letra de the old brass wagon - barney
- letra de tijolo - aila
- letra de her (remix) - monty
- letra de these digits - lookmoveachieve (l.m.a)
- letra de dancing on my own - acoustic version - thyra
- letra de soledad - aeropajitas