
letra de gido - lu dlamini
[verse 1]
woza lapha ke sixoxe
sikhumbul’ ezakudala
abantu sonke ndawonye
abantu bethandana bonke
belila bephinda bezwana bonk’ abantu
abantu bayazalana
sizaliwe nezingane
amathemb’ esizwe
bazosiqoqela sonke sibe munye
sisho sithi, “thula gidomena”
[chorus]
hlanganisa abantu bakho
hlanganisa
hlananis’ isizwe sakho
hlanganisa abantu bakho
hlananis’ isizwe sakho
gido, gidomena
[verse 2]
buka phela gidomena
bakhulil’ abantu bakho
nabo yimibalabala
yizonhlanga zawo wonk’ umhlaba
asiyek’ ukuxabana sisodwa gidomena
bath’ umhlab’ awuhlangane
bathi thina siwuthingo
oluhle ngemibala yawo
qed’ izimpi, qed’ indlala
yizwe lethu sonke siligade ngawo wonk’ amandla
[chorus]
hlanganisa abantu bakho
hlanganisa
hlananis’ isizwe sakho
hlanganisa abantu bakho
hlananis’ isizwe sakho
gido, gidomena
[verse 3]
gido bon’ isizwe sakho
ama[?] [?] imibala
sibusise sonke
usithande sonke, usilwele sonke
we gido, huwithemba, ungas’lahl’ isizwe
letras aleatórias
- letra de triton'un kızları - tuba önal & aslı omağ
- letra de all of you - aaron roberto
- letra de destroy myself for you - isabel larosa
- letra de the void above - fractal universe
- letra de my lord - opiumjah and wyydogg
- letra de no problems (plugged in) - jamwayne
- letra de that song - r3 da chilliman
- letra de blood2ashes - beastboi.
- letra de third eye (333) - ryansvalentine
- letra de плесень (mold) - maddy murk