
letra de baba wami - lu dlamini
[verse 1]
baba ngamukele nginje njenje
ngizamil’ ukuphenduka
ngizamile ngehlulekile mangingedwa
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi…
[verse 2]
baba bakhuluma kabi ngam
yilezintw’ engizenzayo
yilezindlel’ engizihambayo
kodwa wena waz’ umphefumlo wam
wena waz’ inhliziyo yam
wena waz’ ikusasa ngam
[chorus]
hayi angikufuni lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukele nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lеlo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
hayi lokuba[?] kimi
angiyifuni lemicabango yam
ngamukеle nginje nje nginje
ngizamil’ ukuphenduka
ngiding’ ukuzwa lelo lizwi lakho
lithi ”woza nazo zibomvu”
ungamukele nkosi yam
wee baba wami, wee baba wami
wee baba wami
letras aleatórias
- letra de ya toibah - habib syech assegaf
- letra de scorpion - twice
- letra de wildlings - tobe nwigwe
- letra de mula - zola
- letra de it tastes like love but it's not - millie
- letra de bitch holocaust - tumourboy
- letra de revelation - honeyburst
- letra de håll i dig - wagwan
- letra de elevation - wonder ihieri
- letra de protostar - infugue