letra de take somethin' - lil black
heeeh eeehhhh!
ehhhhhhhh!
nguye lo, nguye lo
nguye lon’ owami
awu seng’yabhampa manje
ngihambela phezulu
awu sphala-phala sami
ladum’ izulu
ufuna mina, i’m not available
ngob’ engimphethe, mina ngicomfortable
mina mangfik’ awukh’ udokotela–
ungthint’ emanonini, uyagcwalisela
eish, lo thando lugcwele
luze luyachitheka
ongthath’ ungbeke, ungbambe ungyeke
mina sengkhathele
ukngena la ngiphuma la
sengil’tholil’ ubambo lwami
umaqondana wami
nguyen’ ubaba ‘banta bam
nguyen’ iphakade lami
ila, ila, ila!
ilaph’ engyofa khona
heeeeeh eeeh!
[+ owam, owam, owam] x4
sengimtholile manje
ngindizel’ emafini
sengibhampela phezulu
nguye lo, ah yebo nguye lo
sengimtholile, angsabuyel’ emuva
angfune kuzwa lutho
angfun’ ukuzwa nex
angsafun’ omuny’ umuntu
angfun’ esiny’ istress
awu, ngyabona mdali
ungiphendulile, ungibonisile
belok’ ngilahlekile
sengimtholile
yebo konke kwenzekile
kodwa la kukhon’ uthando
indlel’ ikhona
nguwen’ ubaba ‘bantabami
nguwen’ iphakade lami
mina nawe sohlala sthandana
n-ba kungenzekani
ila, ila, ila!
ilapho ngzofa khona
heeeeeh ehhhhh!
[+ owam, owam, owam] till end
letras aleatórias
- letra de máximo respeto outro - r de rumba & xhelazz
- letra de ambiviolence - ryan treleaven
- letra de run for your life - keldian
- letra de ohne meine crew geht nix - massiv
- letra de la vie - irvin de l'impasse
- letra de lenka - blue skies (illustrated remix) - lenka
- letra de getaway (tradução) - johnée
- letra de tempetus galaktis - ethian
- letra de submundo autofágico - a banda mais bonita da cidade
- letra de things to say to friendly policemen - future of the left