letra de ntozabantu - lebo mathosa
zaphela izinto zabantu
mabefika bethi ngqongqoza vula bo (oh yeah, oh yeah)
oh zaphela izinto zabantu
mabefika bethi ngiphe uyanika
kunini bathi vuk’ ulele
uzophaphama nini?
sekunjalo
oh kutheni ukhuluma ngabantu bo?
indaba zabantu azenzwa njalo
ezakho zikhulunywa ngubani na?
zinakwe ngu—we wena wedwa
kwakutheni ukhuluma ngabantu? (kwakutheni kutheni?)
indaba zabantu azenzwa njalo (azenzwa njalo)
ezakho zinakwe ngubani na? (ngubani na? ubani na?)
wena wedwa
kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo?
umuntu umuntu ufana nawe
yekela ukuchitha igazi labantu
linjalo lifana nelakho oh
kuyoze kube nini sibulalana sodwa?
umuntu umuntu ufana nawe
yekela ukuchitha igazi labantu (igazi labantu)
linjalo lifana nelakho
zaphela zaphela ingane zabantu
zihlushwa njalo ub’suku nemini bo
kutheni uhlupha imizi yabantu? (oh oh, oh oh)
iba n0buntu uvul’ indlela zakho
kwenzenjani na wena u—busy uhluphana nabantu
awunakhaya na uhleli ubheke iz’nto zabantu?
kutheni uhlupha imizi yabantu?
iba n0buntu uvul’ indlela zakho
kwenzenjani uhluphana nabantu
kwenzenjani ukhuluma ngabantu bo?
awunakhaya na uhleli ubheke iyinto zabantu?
injalo, nakezakho
kwakutheni ukhuluma ngabantu (kutheni kutheni bo?)
indaba zabantu azenzwa njalo (azenzwa njalo)
ezakho zinakwe ngubani na? (ngubani na? ubani na?)
wena wedwa
kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo?
umuntu umuntu ufana nawe
yekela ukuchitha igazi lomuntu
linjalo lifana nelakho oh
kuyoze kube nini sibulalana sodwa bo? (kuyoze kube nini na, nini na?)
umuntu umuntu ufana nawe (mins nawe)
yekela ukuchitha igazi labantu (igazi labantu)
linjalo lifana nelakho
zaphela zaphela ingane zabantu
zihlushwa njalo ub’suku nemini bo
kutheni uhlupha imizi yabantu? (bayakhala abazali)
iba n0buntu uvul’ indlela zakho
kwenzenjani na wena u—busy uhluphana nabantu
awunakhaya na uhleli ubheke iz’nto zabantu?
kutheni uhlupha imizi yabantu? (akwenzwa njalo)
iba n0buntu uvul’ indlela zakho
letras aleatórias
- letra de platinum hearts (acoustic) - breathe carolina
- letra de abomination - reformers
- letra de i'm a serious - madtown
- letra de torresmo à milanesa - clementina de jesus
- letra de vagrant winter - bob seger
- letra de cut you off - supa kaiju
- letra de twist of fate - ray wylie hubbard
- letra de out there - john dahlbäck
- letra de 10111 - reason (za)
- letra de fine silica - emily portman