letra de umuzi - kvn grey
[pre-chorus]
khona ng’yazi kudala wahamba
sek’phele ngisho nonyaka
ngeke ukholwe mangik’tshela ukuthi inamba ngisese nayo
k’shuthi vele mina soze ngikhohlwe nguwe
[chorus]
ngiyazi zange ngakuphatha kahle
angik’ blame mangabe ungizonda baby
kodwa baby
mawungaphendula ifon’ yakho baby
mhlampe s’ngawakha umuzi
kulezintaba ezingisithela wenza
mhlampe s’ngawakha umuzi
kulezintaba yeah yeah
kulezintaba ezingisithela wena
mhlampe s’ngawakha umuzi
[verse]
senginokubuk’ izithandani bese ngifise kungaba yithi
senginokuhlala ngicabange ngalezinto ebesizifisa
ngiyathеmba umama wakho usewutholile umsebеnzi
soze ngakuzonda mina nami iphutha nganginalo
ngizwile futhi kuthiwa usunomntana uthole ingane
ngithembe ukuthi yinhle futhi eb’sweni ifana nawe
skhathi sisathandana ubufuna intombazane
ngithembe ubaba wayo uyithanda okudlula imali
ngiyazi ngeke
kube njenga kudala
kodwa ngiyakuthanda mina
[chorus]
ng’yazi zange ngakuphatha kahle
angik’ blame mangabe ungizonda baby
kodwa baby
mawungaphendula ifon’ yakho baby
mhlampe singawakha umuzi
kulezintaba ezingisithela wenza
mhlampe singawakha umuzi
kulezintaba yeah yeah
kulezintaba ezingisithela wena
mhlampe singawakha umuzi
[verse]
khona ngiyazi kudala wahamba
sek’phele ngisho nonyaka
ngeke ukholwe mangik’tshela ukuthi inamba ngisese nayo
k’shuthi vele mina soze ngikhohlwe nguwe
ngiyazi zange ngakuphatha kahle
angik’ blame mangabe ungizonda baby
kodwa baby
mawungaphendula ifon’ yakho baby
mhlampe singawakha umuzi
ngoba i number ngisese nayo
letras aleatórias
- letra de is my dream worth the price? - bratz
- letra de king - muntu
- letra de the car you drive - josh flowers
- letra de tomorrow party - dem atlas
- letra de fuck my po - tony paru
- letra de tamos ready - tomasa del real
- letra de ode to yall (22tuh) - elijah amir
- letra de mommy and daddy - the monkees
- letra de to tu - hey
- letra de tanti auguri - marcella bella