letra de bala - kelvin momo
sebeqalile bayakhuluma bo
okush’ukuthi kukhon’ osekuhamba
aziykhonkoth’ uma ingadumi
kepha uma isisukile ziyayilandela
wemfaz’ ongazalanga
uyothi wabonani wemfaz’ ongazalanga
uma sewubona kushesha
waz’ ukuthi k’khona la sisuka khona
nathi sike sabekezela
futhi khona lapho thin’ esiya khona
sebeqalile bayakhuluma bo
okush’ukuthi kukhon’ osekuhamba
aziykhonkoth’ uma ingadumi
kepha uma isisukile ziyayilandela
wemfaz’ ongazalanga
uyothi wabonani wemfaz’ ongazalanga
uma sewubona kushesha
waz’ ukuthi k’khona la sisuka khona
nathi sike sabekezela
futhi khona lapho thin’ esiya khona
bala (bala phela)
bala (bala phela)
bala, awoke ubale zonk’ izibusiso
bala (bala phela)
bala (bala phela)
bala, awoke ubale zonk’ izibusiso
bala (bala phela)
bala (bala phela)
bala, awokе ubale zonk’ izibusiso
sebeqalilе bayakhuluma bo
okush’ukuthi kukhon’ osekuhamba
aziykhonkoth’ uma ingadumi
kepha uma isisukile ziyayilandela
wemfaz’ ongazalanga
uyothi wabonani wemfaz’ ongazalanga
uma sewubona kushesha
waz’ ukuthi k’khona la sisuka khona
nathi sike sabekezela
futhi khona lapho thin’ esiya khona
bala (bala phela)
bala (bala phela)
bala, awuke ubale zonk’ izibusiso
bala (bala phela)
bala (bala phela)
bala, awuke ubale zonk’ izibusiso
bala (bala phela)
bala (bala phela)
bala, awuke ubale zonk’ izibusiso
letras aleatórias
- letra de regarde-moi - taïro
- letra de i miss you - mr ryu
- letra de lazers - blvck ceiling
- letra de gears of damnation - forté
- letra de papapapa jumpers - 超特急 (bullet train)
- letra de rampage! (demo) - curulli
- letra de fuck shit freestyle, pt. 2 - kasimir1441
- letra de famous?! - negative 25
- letra de bye bye - oques grasses
- letra de ben bu aşkin - ekinoks