letra de bazokhuluma - kelly khumalo
[verse 1: kelly khumalo]
ngeke ngeke, uphill’ impilo yami
ngob’ ang’sab’ ukuth’ abantu bazokhuluma
ngeke ngeke, ukhulum’ inqondo yami
ngob’ ang’sab’ ukuth’ abantu bazokhuluma
makhelwane ung-yingeni
bakhuluma ngawe ngoba bayaz’ ubiziwe
we mngan’ ung-yingeni, ngoba bakhuluma ngawe ngoba bayaz’ ubiziwe
[chorus: kelly khumalo & mthunzi]
hayibo, nom’ ungathula
kodw’ abantu bazokhuluma
hayibo, nom’ ungakhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
[verse 2: zakwe, mthunzi]
uthando lw-ngempela kunzim’ ukul’bona
intshisekel’ eng’nayo bayibiza ngomona
ub’khazikhazi bami ng’yanizwa ning’ngcoma
kepha ang’sazi nam, maybe abanye bafisa kuk’bona
baning’ abami nami beng’fisel’ ukuwa
baning’ abaphika nam befun’ uk’funwa
mang’qala ng’siz’ abanye bathi ng’thand’ uk’bukwa
sogcina s’philel’ abantu, mas’tshala bafun’ uk’vuna
mang’sakwaz’ uk’jabulis’ inhliziyo
mang’sakwaz’ ukuthi ng’kwaz’ ukwenz’ izint’ ezenz’ umphakath’ uphile
mang’sakwaz’ nje uk’hloniph’ impilo
okomhlaba ngeke sik’jike, thina s’phile
siyek’ abantu (eh bazokhuluma, eh bazokhuluma)
(eh bazokhuluma, ngob’ abantu bazokhuluma)
[chorus: kelly khumalo & mthunzi]
hayibo, nom’ ungathula
kodw’ abantu bazokhuluma
hayibo, nom’ ungakhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
[verse 3: mthunzi]
umuntu ngek’ umеnzele lutho
okusalay’ uzokhuluma kab’hlungu
mayesеhlangene n0bhululu bakhe
bangawulimaza bawuqed’ umphefuml’ abantu
ngenxa yamaganyana abawasho kuwe, kuwe
umuntu ngek’ umenzele lutho
okusalay’ uzokhuluma kab’hlungu
mayesehlangene n0bhululu bakhe
bangawulimaza bawuqed’ umphefuml’ abantu
ngenxa yamaganyana abawasho kuwe, kuwe
[chorus: kelly khumalo & mthunzi]
hayibo, nom’ ungathula
kodw’ abantu bazokhuluma
hayibo, nom’ ungakhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
[bridge: kelly khumalo]
nom’ abantu bangaval’ umnyango owodwa
dali uzovul’ omuny’ ongavalekiyo
abantu bomhlaba babeyincele
kuwodw’ ongabonayo uyasiwelisa ngobungcwele
[chorus: kelly khumalo & mthunzi]
hayibo, nom’ ungathula
kodw’ abantu bazokhuluma
hayibo, nom’ ungakhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
bazokhuluma, bazokhuluma
hayi abantu bazokhuluma
letras aleatórias
- letra de you me + country song - clayton mullen
- letra de icecash - slyetter
- letra de drowning - waste
- letra de you got a bausparvertrag ??? (rubel mix) - mega
- letra de parachute! - justin stone
- letra de classe-s - ashe 22
- letra de knight crawler - juice wrld & trippie redd
- letra de demo #2 - seth hamilton
- letra de did i ever say - buddies
- letra de midnight rider - mr. racer