letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de bengingazi - joyous celebration

Loading...

bengingazi ukuth’ ungithanda kangaka
oh waze wanikela ngempilo yakho
inani legaze ow-ngithenga ngalo, liphakeme
ang’soze ngak’bona okwanele. x2

ngiyabonga ngothando lwakho
ong’ nike lona msindisi wami.
ngaba ngini, ngab’ angilutho ngaphandle kwakho.
impilo yami (ayilutho)
ngaphandle ko (musa wakho)
ngaba ngini, ngab’ angilutho ngaphandle kwakho. x2

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...