letra de naphakade - inkabi nation
[pre-chorus]
othandweni ngizongena ngijule
solonginawe angimfun’omunye
[chorus]
ngoba lubalulekil’uthando lwakho (ngoba lubalulekil’uthando lwakho)
uhlale wazi ngingowakho (uhlale wazi ngingowakho)
kuze kube ingunaphakade (kuze kube ingunaphakade)
naphakade

naphakade (kuze kube ingunaphakade)
[verse 1]
oluthando lwami lonke dali lufuna wena
angimbon’omunye eduze kwam’ xa ukhona
ngivele ngijule, inqondo yami yonke ivel’ijule
awuboni na mina ngikhethе wena, awuboni na?
[pre-chorus]
othandweni ngizongena ngijulе
solonginawe angimfun’omunye
[chorus]
ngoba lubalulekil’uthando lwakho (ngoba lubalulekil’uthando lwakho)
uhlale wazi ngingowakho (uhlale wazi ngingowakho)
kuze kube ingunaphakade (kuze kube ingunaphakade)
naphakade
ngoba lubalulekil’uthando lwakho (ngoba lubalulekil’uthando lwakho)
uhlale wazi ngingowakho (uhlale wazi ngingowakho)
kuze kube ingunaphakade (kuze kube ingunaphakade)
naphakade (kuze kube ingunaphakade)
[verse 2]
ngizinikela kuwe, kuwe thonono wami
inhliziyo yami nakho konk’okwami
ngizinikela kuwe, ngizinikela kuwe
kuwe thonono wami
inhliziyo yami nakho konk’okwami
ngizinikela kuwe
[pre-chorus]
othandweni ngizongena ngijule
solonginawe angimfun’omunye
[chorus]
ngoba lubalulekil’uthando lwakho (ngoba lubalulekil’uthando lwakho)
uhlale wazi ngingowakho (uhlale wazi ngingowakho)
kuze kube ingunaphakade (kuze kube ingunaphakade)
naphakade
ngoba lubalulekil’uthando lwakho (ngoba lubalulekil’uthando lwakho)
uhlale wazi ngingowakho (uhlale wazi ngingowakho)
kuze kube ingunaphakade (kuze kube ingunaphakade)
naphakade (kuze kube ingunaphakade)
[verse 3: lwah ndlunkulu]
sekuze kubhaliw’emazulwini ukuthi ngiyihlezi ngingowakho
thath’isandla sami sokunxele ungenz’ingoduso yakho
ngijabule nami, ngijabule nami ngifane nabanye (aw’ yeah yeah)
kubhaliw’emazulwini
kulotshiw’emabhukwini
nhliziyo yam ijulile
washiy’umoya wami uncumile (aw’ yeah yeah)
letras aleatórias
- letra de anywhere but here - dayshifter
- letra de シンプルストーリー (simple story) (second line) - acidman
- letra de keep it real - quiet man
- letra de gökyüzü olsam - oğuz sırmalı
- letra de fiskeplassn' - nåkkastabbteit
- letra de i'm coming for you - jack rootes
- letra de the pit of phil (ripterlude) - trey chops
- letra de ne gubim sebe - novi nivo
- letra de genetic freaks - blind tendril
- letra de jamila - juicy 4rt