letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de uyangijabulisa - fezeka dlamini, nomfundo moh & naledi aphiwe

Loading...

[chorus: ]
mawung’bhek’ emehlweni kuvuk’ uthando
kush’ inhliziyo ithi “ncinci bo”
uma ung’bhek’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali
mawung’bhek’ emehlweni kuvuk’ uthando
kush’ inhliziyo ithi “ncinci bo”
uma ung’bhek’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali

[verse 1: ]
mina ngthol’ uthando olufudumele kuwe
ingakho engath’ ungahlal’ useduze
sthandwa ng’thol’ uthando olwanel’ inhliziyo
uyang’jabulisa dali

uma ung’bhеk’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali
[verse 2: ]
umhlaba wami uphеleliswa nguwe
noma bengathini themba lami likuwe
angisafuni nokuqalaza, ngiphelele
ngiphelele kuwe
aw’, aw’ ngci ngci bo
aw’, aw’ inhliziyo
ay’safuni nokqalaza, ngiphelele

[chorus: ]
mawung’bhek’ emehlweni kuvuk’ uthando
kush’ inhliziyo ithi “ncinci bo”
uma ung’bhek’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali
mawung’bhek’ emehlweni kuvuk’ uthando
kush’ inhliziyo ithi “ncinci bo”
uma ung’bhek’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali
mawung’bhek’ emehlweni kuvuk’ uthando
kush’ inhliziyo ithi “ncinci bo”
uma ung’bhek’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali
mawung’bhek’ emehlweni kuvuk’ uthando
kush’ inhliziyo ithi “ncinci bo”
uma ung’bhek’ emehlweni
ngith’ uyang’jabulisa dali, uyang’jabulisa dali

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...