letra de isphithiphithi - dj givy baby
[pre-chorus: bassie]
amehlo wami se wabon’ okuningi
inhliziyo yam’ se yuthwal’ umthwalo wakho
kutheni uhambile
angeke kusa fana nakudala
kutheni usenz’ umgani wam
eqineni usuk’ ngekho mangikhala
[chorus: bassie]
wenz’ umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale
wenz’umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale
wenz’umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale
wenz’ umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale (wena)
[verse: young stunna]
ayy, okay!
ngiyazi mgani wam ang’ thembakali
eh kodwa asihlale phanzi sibonisane
ngizondi indaba zethu mazingenwa omakhe
uphindi ufune ukufaka owakho umgani
eh sthandwa mele sqale sihloniphane
ngoba amanga angeke ayenz’ othando lukhuluphale
eh darli mphatho yakho eng’pholisayo
ukuthol’ umgani ofana nawe kimi inkulu intlantla
so iszatho so dlula zula
ba ngitshelе ukuthi umgani kuya dura
ngiyazi ubamamela iphutha
sesaba intlekiso lula
woah,mgani uyakhumbula sthеmbe thina kungekho lula
kodwa besihlugenise lula
ngakho sizaso kwazi uku ithunga
woah,iszatho so dlula zula
ba ngitshele ukuthi umgani kuya dura
ngiyazi ubamamela iphutha
se saba intlekiso lula
woah,mngani uyakhumbula sthembe thina kungekho lula
kodwa besihlugenise lula
ngakho sizaso kwazi uku ithunga
[pre-chorus: bassie]
amehlo wami se wabon’ okuningi
inhliziyo yam’se yuthwal’umthwalo wakho
kutheni uhambile
angeke kusa fana nakudala
kutheni usenz’umgani wam
eqineni usuk’ngekho mangikhala
[chorus: bassie]
wenz’ umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale
wenz’ umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale
wenz’ umrithivithi uya ng’limaza sphithiphithi
mangik’dinga awo bonakale
mang’lila awo tholakale
wenz’ umrithivithi uya ng’limaza sphithiphi
letras aleatórias
- letra de конец игры (game over) - ildvr x snkn
- letra de metamorfose - boudewijn de groot
- letra de bílferðir og flugvélar ii - kef lavík
- letra de a debt of gratitude - loyal gun
- letra de expectations - dheusta
- letra de morning star - the skeleton krew
- letra de manspreading - mad mind
- letra de apples & peanut butter - emi grace
- letra de for you - gena rose bruce
- letra de graveyard! (prod.mathiastyner) - zaeanarky