![letras.top](https://letras.top/files/logo.png)
letra de ngeke - dbn gogo, mawhoo & eltonk
[intro: mawhoo]
hayi we ma we
hayi we
hayi we ma we
hayi we, hayi we, mama we, ma we
[verse 1: mawhoo]
hayi mina ngeke, ngeke
ng’hlulwe yint’ engakhulumi mina
hayi ngizokwenza, kwenza
konk’ engik’fisayo kwenzeke
sehlulekil’ izolo
sovuka s’hambe futhi (oh ung-yeki)
sehlulekil’ izolo
sovuka s’hambe futhi
[chorus]
oh ung-yeki
angeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh ung-yeki
usaphila, ngeke
angeke ng’lahl’ ithemba lami bo (angeke ng’lahl’ ithemba lami bo)
ngoba min’ ang’yeki
ngisaphila ngеke
angeke ng’lahl’ ithеmba lami bo (angeke ng’lahl’ ithemba lami bo)
heh oh
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
heh oh
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
heh oh
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
heh oh
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
[refrain: mawhoo]
hayi we ma we
hayi we
hayi we, mama we, ma we
hayi we ma we
hayi we, hayi we
hayi we
hayi we ma we
hayi we
hayi we, mama we, ma we
[verse 2: mawhoo]
hayi mina ngeke, ngeke
ng’hlulwe yint’ engakhulumi mina
hayi ngizokwenza, kwenza
konk’ engik’fisayo kwenzeke
sehlulekil’ izolo
sovuka s’hambe futhi
namhlanje ayifani nayizolo
sovuka s’hambe futhi
[verse 3: boontlersa]
lent’ iyababa s’thandwa yi-chillis
ungathi ng’yadlala kanti ng’qinisile
seng’delile mina, seng’bonile
lent’ inzima kodwa siyaphakamisa
yebo ng’zozama kodwa ang’thembisi
lent’ inzima nam’ iyangisinda
ng’cel’ ushwele nam seng’zwile
[chorus]
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
ngoba min’ ang’yeki
ngisaphila, ngeke
angeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
oh angeke
ngeke ng’lahl’ ithemba lami bo
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
ngeke ng’lahl’ ithemba lami
[outro: mawhoo]
hayi we ma we
hayi we
hayi we ma we
hayi we, hayi we, mama we, ma we
letras aleatórias
- letra de just be good to me [johnny vicious mix] - deborah cox
- letra de virginia is for lovers - mat kearney
- letra de take out the trash - nancie schipper
- letra de alone in our castle - olivia
- letra de pussy - funkadelic
- letra de shattered moon - before i turn
- letra de bruddas - low hanging fruit
- letra de kung midas - navid modiri & gudarna
- letra de ich vermisse dich - blümchen
- letra de anh không hiểu - hari won