letra de sukulila - cici
[verse 1]
umama wayengiyala
“mntanami, khawuyek’ abantu
bayohlezi bekhuluma”
khaw’jonge zakho
don’t you know
when they talk about self
honey they’ll talk about you?
abantu banomona, uzobabona
amahlala khona, bayohlezi bekhuluma
xa unjong’ ezakho
don’t you know
when they talk about self
hay’ ekekh’ omamelayo?
[chorus]
sukilila sukulila (isemhlabeni la)
sukilila sana lwami (kuzondlula)
sukilila sukulila (isemhlabeni la)
sukilila sana lwami (kuzondlula)
[verse 2]
ngithi sula ezonyembizi
mntanami, inkulumo ay’phakelani
bayohlezi bekhuluma
awubheke zakho
don’t you know
honey, they talked about jesus
so they’ll talk about you?
buza kulabadala
mntanami, umhlaba uyahlaba
awubayeke bekhulume
xa ujong’ ezakho
baby girl, when they talk about self
hay akekh’ obamamelayo
[chorus]
sukilila sukulila (isemhlabeni la)
sukilila sana lwami (kuzondlula)
sukilila sukulila (isemhlabeni la)
sukilila sana lwami (kuzondlula)
[bridge]
bathi siyokesibone ukuthi wena uyophelelaphi na
ngamaphupho akho
ukube kuya ngabo ngab’ angiyiluth’ emhlabeni
kodwa ngizo phumelela
[chorus]
sukilila sukulila (isemhlabeni la)
sukilila sana lwami (kuzondlula)
sukilila sukulila (isemhlabeni la)
sukilila sana lwami (kuzondlula)
letras aleatórias
- letra de something in the way - best coast
- letra de sunset on the golden age - alestorm
- letra de giant heart - softee
- letra de who are you - c2c
- letra de in dieser stimme - freunde von niemand
- letra de ding dang - my brightest diamond
- letra de bedroom lies (feat. none like joshua & veela) - approaching nirvana
- letra de el secuestro del cachorro (banda) - regulo caro
- letra de winter - money man
- letra de the lady in my life - maysa leak