letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de imoto - cici

Loading...

[intro]
ngiyamthanda nje, uyangichaza

[verse 1]
ngicela nimtshele ngisendleleni
sengizomthinta emoyeni
thando lwakhe lungishaya dizzy
mangingenaye angipheleli
nasebusuku angilele
thando lwakhe lungikhipa busy

[pre-chorus]
shay’ imoto
ngiyobona lovey wami sibe together
you’re my forever
mina ngithanda wena dali wami ow-ngemphela
shay’ imoto
ngiyobona lovey wami sibe together
you’re my forever
mina ngithanda wena dali wami ow-ngemphela

[chorus]
ngempela sengiyaphuthuma
ukuthi ngifike kuwe, dali, ngiyak’ khumbula
noma bethetha mina anginandaba
mangibona wena, dali, ngizovuya
ngoba nguwe engimdingayo, oh my
ngeke kulunge uma ungekho
nguwe engimdingayo, oh my
[verse 2]
ngicela senze o mini-me
dali sandise umndeni kini
angak’boni, lingashoni emini
dali angihlezi ngikulindile
but i don’t wanna be alone
dali buya, would you come on over?

[pre-chorus]
shay’ imoto
ngiyobona lovey wami sibe together
you’re my forever
mina ngithanda wena dali wami ow-ngemphela
shay’ imoto
ngiyobona lovey wami sibe together
you’re my forever

[chorus]
ngempela sengiyaphuthuma
ukuthi ngifike kuwe, dali, ngiyak’ khumbula
noma bethetha mina anginandaba
mangibona wena, dali, ngizovuya
ngoba nguwe engimdingayo, oh my
ngeke kulunge uma ungekho
nguwe engimdingayo, oh my
[instrumental break]

[outro]
ngempela sengiyaphuthuma
ukuthi ngifike kuwe, dali, ngiyak’khumbula
noma bethetha mina anginandaba
mangibona wena, dali, ngizovuya
ngoba nguwe engimdingayo, oh my
ngoba nguwe engimdingayo, oh my

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...