
letra de lengoma - caponit
chorus
manje mak’ngena le-ngoma –
‘bafana bang’vuma babhula
kwavumi zangoma/
phela lamanzi amancane
mang’shaya lensimbi
mangena la angeke bang’khone/
baba bathethelele naba thukuthele ng’thatha
konke okwami nami ng’ngenelele –
‘bheka manje mang’gila madoda”
nale ngoma ivusa abantu abalele x2
verse
nale ngoma ivusa abantu abalele –
‘kwamelu-‘vuli ndlebe zakho umamele/..
vula mehlo ubhekisise ubabheke –
phushi s’fuba nawe bese ubangene/
life is shorter than a manikin bheka
i just wanna be a better man/
ng’bhali nkondlo kule paper bheka nami
mama told me to believe it then
laba bafana bancane bayeke bancele/
mases’fika khona k’mele baqcele/ –
“”nami ng’yekeleni kanti n’thuleleni nale
ngoma ingenza ng’hambe emlindelweni –
‘bese ng’giye ng’khiphi zandla epokothweni –
ingoma ingenza nami ng’khabe s’belethweni
bheka manje bayasina/
“giya madoda mak’culeli siko/…
giya madoda mak’culeli siko
kushay’we nezandla bagideli dlozi/
“omama maphume bali-lizele
bashise ne-mpepho bavumeli ngozi/
“nabaphandle bazo ngena nge ngoma/
“zonke iinsizwa zizo vuma le ngoma/
“ng’yekeleni nami ng’shaye le ngoma/
“ng’dedeleni nami ng’phinde le ngoma/
chorus
manje mak’ngena le-ngoma –
‘bafana bang’vuma babhula
kwavumi zangoma/
phela lamanzi amancane
mang’shaya lensimbi
mangena la angeke bang’khone/
baba bathethelele naba thukuthele ng’thatha
konke okwami nami ng’ngenelele –
‘bheka manje mang’gila madoda”
nale ngoma ivusa abantu abalele/
letras aleatórias
- letra de we found love - megan nicole
- letra de body language - t.m.p thriving must pay
- letra de invincible - radio edit - borgeous
- letra de dreaded fist - the rascals
- letra de bubble.. - varnish la piscine
- letra de sangre de mi corazón (feat. jose el frances) - los rebujitos
- letra de din syrra - de vet du
- letra de pearl4me - smokewithhutch
- letra de jumping off at the jumpoff - sharkey
- letra de retarded - angry pale kid