letra de uthando - blaq diamond
[intro]
[pre-chorus]
ngifikile kwabanye ngafic’ umkokotela
ngifikile kwabanye ngafic’ umkokotela
kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo’wothando
kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo’wothando
[chorus]
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando njena, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
[verse 1]
i just feel like, dancing to the moonlight
wenza usungazi kakhulu
you know what i’m about to do, to you
ngifuna mina nawe sindizele phezulu nje ngama vevane
wena uth’ upapa wami uyazi mina nawe sofa s’lahlane
angisakhoni nokulala
angikhoni no (angikhoni no)
inhliziyo yenza amawaza, kukhona u-love
akfuneki omunye umuntu, u-bae ula
[pre-chorus]
ngifikile kwabanye ngafic’ umkokotela
ngifikile kwabanye ngafic’ umkokotela
kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo’wothando
kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo’wothando
[chorus]
uthando njе, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando njena, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
[verse 2]
bazamilе, ukuwisa mina
bazamile, nokuwisa thina
kwaphel’amanga (kwaphel’amanga)
oh kwaphel’amanga lawa
kwaphel’amanga (kwaphel’amanga)
oh kwaphel’amanga lawa
oh sweetie my love ey ey, sofa s’lahlane ey ey
uwena ubambo lwami ey ey, ungabanaki abanye ey ey
oh sweetie my love ey ey, sofa s’lahlane ey ey
uwena ubambo lwami ey ey, ungabanaki abanye ey ey
[pre-chorus]
ngifikile kwabanye ngafic’ umkokotela
ngifikile kwabanye ngafic’ umkokotela
kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo’wothando
kodwa ngithe mangifika kuwe ngathola ungqo’wothando
[chorus]
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando njena, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando njena, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando njena, mina angisalazi
mina angisalazi
uthando nje, mina angisalazi
mina angisalazi
[outro]
uthando njena, mina angisalazi
letras aleatórias
- letra de 恋花 (koihana) - 9nine (jpn)
- letra de chanson, op. 36 - georges taconet
- letra de slackline - simia
- letra de heavenly problem - thepeop
- letra de party! - igor rybkin
- letra de el ingreso - falke 912
- letra de sharp steel - dark fury
- letra de cúmplices de um resgate - larissa manoela, joão guilherme & coro c1r
- letra de son kez* - alba (tur)
- letra de gold cane - jalisa avari