letra de ngyekelen - bhutimnandi
[hook]
mus’uktatazela
izinto zoy’lungela
noma ngzazazela
ifuture iyazikhanyela
ngyekelen ngyekeleni
ngyekelen ngyekeleni
(ngyekelen, ngyekeleni)
[verse 1]
abajabule abantu
siphile engathi alikho iksasa
noma impilo inzima
ungakhohlwa uku have i fun
ungabona siphila kanjena
yazi abanye abasebenzi
ungabona siphila kanjena
yazi abanye badli mali ye lenti
uzungxolele mzali
uzungxolele mzali
mina ngizithandel i funny
mina ngifuna ubumnandi
hook]
mus’uktatazela
izinto zoy’lungela
noma ngzazazela
ifuture iyazikhanyela
ngyekelen ngyekeleni
ngyekelen ngyekeleni
(ngyekelen, ngyekeleni)
[verse 2]
sure mpintshi
tshela umakhelwane ezengajampisi
nghamba nogesi namapentshisi
eyithatha ama pic emapathini
ngyazi ukuthi sonke sizama impilo
sithole imali kushintshi isimo
angeke kwenzeke ngomlingo
mesithola ithola sibange umsindo
sibonge umdali sisaphila
sithandazele ukuhlakanipha
ngyekeleni nami ngzame
ngelinye ilanga soba right
[chorus]
mus’uktatazela
izinto zoy’lungela
noma ngzazazela
ifuture iyazikhanyela
ngyekelen ngyekeleni
ngyekelen ngyekeleni
(ngyekelen, ngyekeleni)
mus’uktatazela
izinto zoy’lungela
noma ngzazazela
ifuture iyazikhanyela
ngyekelen ngyekeleni
ngyekelen ngyekeleni
(ngyekelen, ngyekeleni)
letras aleatórias
- letra de tonight - weeknight
- letra de i got ants in my pants, pt. 1 - james brown
- letra de we know the score - stand still (ny)
- letra de burning bridges - bree taylor
- letra de black sky: final frontier - seventh dimension
- letra de remember - 星野康太 (kota hoshino)
- letra de beengoodthatyear - th3 ay3s
- letra de vessel - in angles
- letra de the best in the house is none too good for reilly - charles b. lawlor
- letra de 3x071cr3m1x - 0d13stnks