letra de inkinga ngu r7 - bhekumuzi luthuli
heh wena maqwe!
kati laserank uyaphapha
heh wena maqwe!
heh wena maqwe!
kati laserank uyaphapha
awuthule maqwe!
kukhona mina lana
ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda
uyohlekwa nayizinyoni
wazenz’inkathazo imali yesishebo kimi
uzenz’inkinga ur7 ngiyolala ngidleni na
uzenz’inkathazo imali yesishebo kimi
uhlatywa yini wena uma ngizenzel’into yami
ng-yiphiwa lento yeyami
uhlatywa yini wena uma ngizenzel’into yami
yeyam lento ng-yinikwa
bonk’abantu bazalwa befumbeth’izipho zapho
abakini kanti bakupha ni wena
mina yeyami lento ng-yiphiwa
usuka le uzophapha la?
uzohala la
usuka kini uzophapha la
ng-yisusa yabuyel’impukane ekudlеni kwami
uyangizwa na?
ng-yisusa yabuyel’impukane ekudlеni kwami
uyangizwa na?
nant’ibhadi lami, nant’ishwa lami ma
ng-yisusa yabuyel’impukane ekudleni kwami
uyangizwa na?
nant’ibhadi lami, nant’shwa lami weh ma
ng-yisusa yabuyel’impukane ekudleni kwami
uyangizwa na?
heh wena maqwe!
kati laserank uyaphapha
heh wena maqwe!
heh wena maqwe!
kati laserank uyaphapha
awuthule maqwe!
kukhona mina lana
ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda
uyohlekwa nayizinyoni
wazenz’inkathazo imali yesishebo kimi
uzenz’inkinga ur7 ngiyolala ngidleni na
uzenz’inkathazo imali yesishebo kimi
uhlatywa yini wena uma ngizenzel’into yami
ng-yiphiwa lento yeyami
uhlatywa yini wena uma ngizenzel’into yami
yeyam lento ng-yinikwa
bonk’abantu bazalwa befumbeth’izipho zapho
letras aleatórias
- letra de come alive - foolish heart
- letra de suave - boogát
- letra de in umbra marelui urss - phoenix
- letra de oxygen - rømans
- letra de dedication (mixed & mastered by kalamity king) - san andre
- letra de one you believe - these united states
- letra de halloween - lil semen
- letra de without you (in the worst way) - second to last
- letra de wind quartets - t. rex
- letra de crowning - leonardi