letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de impihlo - bhekumuzi luthuli

Loading...

[verse 1]
alikh’ iqiniso emhlabeni
alikh’ iqiniso emhlabeni
alikh’ iqiniso emhlabeni
alikh’ iqiniso emhlabeni
ng-yalwa zimoto zasegoli ezimhloshana
ezibelethe amasondo emhlane
alikh’ iqiniso emhlabeni

[verse 2]
ishumi lemnyaka cishe nangaphezulu
mina ngicabanga ukuthi
uyangithanda
ishumi lemnyaka cishe nangaphezulu
mina ngicabanga ukuthi
wethenbekile kimi

[verse 3]
kuhambe kwahamba ngaze ngathol’ imfihlo ngawe nami
ngaze ngathola nokuthi
ujola nomfana waselamonti
ngathol’ enye futhi imfihlo
ngaze ngathola nokuthi
ujola nomfana waselamonti
hhawu ngeph-k-moya dali ngeph-k-moya

[verse 4]
alikh’ iqiniso emhlabeni
alikh’ iqiniso emhlabeni
kuhambe kwahamba ngaze ngathol’ enye futhi imfihlo
ngaze ngathola nokuthi
ujola nomfana wasezola emndeni
hhawu ngathol’ enye futhi imfihlo
ujola nomfana wasezola emndeni

[verse 5]
uthi ufuna ngikwethembe?
dali uthi ufuna ngikwethembe?
uwena onqaba nokuthembeka
uwe futhi othanda amalift othand’ amalift
uwena onqaba nokwethembeka
ng-yalwa zimoto zasethekwini
ezibelethe amasondo emhlane
uwena onqaba nokwethembeka
hhawu ngeph-k-moya

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...