letras.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

letra de kunendoda - senzo khumalo feat. lindani gumede

Loading...

kuthe lapho ngisindwa
kuthe lapho nginyathelwa
kuthe lapho ngithwele kanzima

heee ngathathandaza

kuthe lapho kufikizimvungu mvungu
kuthe lapho usatana ezama ukundinyakazisa
kuthe lapho ngizwa ngathi kuyanyukela
heeee ngathandaza

andiwezwa lameva bengihamba phezukwawo
angizizw-nga lezi lezinginethe
kunendoda beyibambe ngesandla

ngizwe ngabantu bengibuza
(andiwezwa lameva bengihamba phezukwawo.)
bethi udlule njani kulendawo?
(angizizw-nga lezi lezinginethe)
ngabatshela ngathi kunendonda
(kunendoda beyibambe ngesandla)
beyingibambe ngesandla yooo

zayafiki zikhathi zobunzima empilweni.
lapho kubizukukholwa kwakho k-mele
uguqe ngedolo uthandaze ucele kusmande.

lapho usatane beth uqedile ngempilo yakho
kodwa izitha zami zitsabhile zonke lalela
(kunendoda) kunendoda
(beyingibabe ngesandla)
ngiyabonga jesu.

(andiwezwa lameva bengihamba phezukwawo) angizizw-nga lezimvula
(angizizw-nga lezi lezinginethe) ngoba ngihamba nomadida
(kunendoda beyibambe ngesandla)

wena wawela no moses ulwandl’ olubomvu
(angiwezw-nga lameva bengihamba phezukwawo?
ubungohlulwayini ukuvukula nami
(angizizw-nga lezimvula lezinginethe) ngiyabonga ngiyabonga baba
(kunendoda beyingibambe ngesandla) oh beyingibambe ngesandla
kuseyiyo leyandoda eyakhipha u daniel
enganyameni yiyolena ngihamba nayo ngize ngafika la
heyi kuthi lapho n-ba kuhliki nyembezi besendigu
qa phantsi ngiyimemeze ngithi nkosi,
ngithi nkosi ngicela ungibambe ngesandla
ngithi lapho n-ba kuhliki nyembezi ngiyimemeze
ngithi nkosi, ngithi nkosi ngicela ungibambe ngesandla

angizw-nga lutho
n-ba bengihlaselwa kodwa bengivikelwa
ngoba kunendoda beyingibambe ngesandla

seyiyona leyondoda eyenzi imhanga ebantwini
yiyona ehambe nami kwaze kwabalapha nanamhlanje ngiyazi qhenya
ngiyayihlonipha le ndoda ngiyabonga

letras aleatórias

MAIS ACESSADOS

Loading...